Makhosi Gadlamashinga Dundee

Call Directions Contact the business

Makhosi Gadlamashinga Dundee Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Makhosi Gadlamashinga Dundee, Medical and health, graytownroad Sthole farm, Dundee.

28/10/2026
IKHAKHASI LOBISIake sibheke ukuthi lisiza kephi??1 lomuthi usiza kakhulu kubantu ohlushwa isisu siyamkhipha asipheleli 2...
27/10/2026

IKHAKHASI LOBISI

ake sibheke ukuthi lisiza kephi??

1 lomuthi usiza kakhulu kubantu ohlushwa isisu siyamkhipha asipheleli

2 lomuthi uyasiza kumuntu ogulele ukuFa ngenxa yokuuthi ngathi kade ephuze uShevu uyasizakala uma usheshe wathola lomuthi wawuphuza

3 Lomuthi uyasiza kumuntu ophuza kakhulu uTshwala ukusiza iziNso ukuthi zingalimali kwanye neSbindi

4 Uyasiza kumuntu wesfazane ongaphumi uBisi mase kumele ancelise ingane Makhosi Gadlamashinga Dundee
076 850 9991 WhatsApp
Copy

26/10/2026
UNKULUNKULU ABENGU NKULUNKULU KITHI THINA SIBENGABANTU KUYE AMEN 🙏
20/10/2026

UNKULUNKULU ABENGU NKULUNKULU KITHI THINA SIBENGABANTU KUYE AMEN 🙏

ABALOZI BAMANZIABALOZI KUMUNTU BAFIKA NGEZINDLELA EZIHLUKILE , ABANYE UYIPHAKAMA NGEKHWELA , ABANYE IZIMPEPE , ABANYE IS...
18/10/2026

ABALOZI BAMANZI

ABALOZI KUMUNTU BAFIKA NGEZINDLELA EZIHLUKILE , ABANYE UYIPHAKAMA NGEKHWELA , ABANYE IZIMPEPE , ABANYE ISGUBHU SO IF SINGAYEKA UKULANDELA NOKUTHANDISWA INDLELA ABANYE ABASEBENZA NGAYI SILANDELE UKUDONSA KWABALOZI ABASIMBETHE THINA BAYOTHOLA UKUPHILA BAYOTHOLA UKUHLALISEKA KITHI.

Abalozi abamhlophe induku ekhaphela izinsizwa nezikhali zazo , Izwi elathunywa emazulwini ukuzobeka libusise liphilise..... Izigejane zikamdala , isthunywa samanzi phezu kokudonsa ngomgede . Isthunywa samandla isthunywa sobukhosi🐆 esiphatha amasosha asibhekile/ asigadile amabutho akhaphela ezinye izinsizwa nezikhali zazo( AMABUTHO AWALAPHI KEPHA UMSEBENZI WAWO UKULWA IYONA AVIKELA UBUKHOSI PHEZU KWETHUNYWA LESI) . Asihlampekisi kepha sihlaba sigijime ngezwi nqo . Kukhulunywa kuse ekuseni lokhu kuhlantshwa umhlahlo kuqalwe ihubo🥁🚶 . Wedlozi lamanzi Amandla akho uyoze uwakhathalele Uma sekwenzenjani Uma usuvaleke izindlebe?? .... Uyohlezi njalo uboniswa:
_IZINYONI nemisindo yazi kepha awuphakami bona bafuna ukukhuluma nawe.
_uyohlezi njalo ubona ABANTU belwa ezibonakalisweni uze uzitshele ukuthi bayakuthakatha Kanti cha ilamabutho ohamba nawo akugadile emimoyeni yobumnyama .
_ziyavaleka izindlebe ziphinde zivuleke.
_ziyableed kokunye especial Uma sewuphile eside iskhathi.
_uhlushwa uvalo kakhulu.
_ukuduma kwamanzi onokukuzwa ezindlebeni.
_uyohlezi ubamba onswiii nswiiii ezindlebeni koze Kube Nini.
_uyohlezi ukhalelwa amanzi ezindlebeni , nalezinsimbi .
_uyohlezi njalo uboniswa undiza .
_uphezu kwamabridge njalo uyazibona.
_imbidane ebrown
_imbidane w**d
_isembatho ESIBROWN
_isembatho eaikhakhi (grey)
_isembatho EZIBOMVU samabutho aphethwe bona abalozi.
_inhliziyo incane unolaka.
_isinyembezi zakho hlezi ziseduze . Unokubamba usizi ongalazi.
_ubuhlalu obugreen.
_izimvengwana

Lesthunywa lesi siqala ukukhuluma nawe ungakasimiseli ngisho ukhamba lolu yingakho iuhlushwa izindlebe bona basuke sebekhuluma already kuwe but ngoba awuhlambululekile yingakho uzwa lemisindo
🙏🦚

Ubani ongangitshela ukuthi yini amagama alemithi yombili. Uzothola R50 ngokuyichaza yombili lemithi.Makhosi Gadlamashing...
14/10/2026

Ubani ongangitshela ukuthi yini amagama alemithi yombili. Uzothola R50 ngokuyichaza yombili lemithi.
Makhosi Gadlamashinga Dundee
076 850 9991
Mgqonyeni Gadlamashinga Stati Mazibuko
UNKULUNKULU ABENGU NKULUNKULU KITHI THINA SIBENGABANTU KUYE AMEN 🙏
Asidibane kuma Comments

Eqinisweni babonga kulelithonga elingembethe iyagiya impande yakho Gadlamashinga Stati. Umenjalo thongalami abantu behle...
09/10/2026

Eqinisweni babonga kulelithonga elingembethe iyagiya impande yakho Gadlamashinga Stati.
Umenjalo thongalami abantu behlezi bephumelela empandeni yakho.
Bayede Bayede Bayede abaphile abantu
UNKULUNKULU ABENGU NKULUNKULU KITHI THINA SIBENGABANTU KUYE AMEN 🙏

IMFINYEZI:Imfinyezi isilwanyana esifana  neshongololo kodwa sona sifushane kunalo. Uma usithinta siyagoqana sibe ngangep...
08/10/2026

IMFINYEZI:

Imfinyezi isilwanyana esifana neshongololo kodwa sona sifushane kunalo. Uma usithinta siyagoqana sibe ngangephilisi. Imfinyezi incane kakhulu, sikhule kuthiwa uma uchama ulele, usumdala igwinye iphila. Kwakuthiwa iyiphilisi lokuvala ukushobinga ebusuku sizosizakala ekutheni siyeke ukuchama...

Abelaphi bendabuko bayisebenzisa kakhulu uma bethakela amasoka amakhubalo okubamba owesifazane ukuba angakwazi ukudibana nomunye umuntu ngokocansi. Bayithaka nombuna, ukhanda lofudu, uhaqetsheni kanye nezinye induku bathi uma ishende sekumele lizijabulise induku iyafinyela ifinqane.

Kususelwa ekutheni Imfinyezi uma uyithinta iyagoqana njengeshongolo (isongololo). Uma kukhulunywa ngemfinyezi ngimane ngicabange ngisakhula...copy

Ikhanda lingakhela ongoso ngelanga...Ungoso (Shrew mouse). Amagundwane ahlukene izinhlobo eziningi kuhle kwezinyoni. Ung...
08/10/2026

Ikhanda lingakhela ongoso ngelanga...

Ungoso (Shrew mouse). Amagundwane ahlukene izinhlobo eziningi kuhle kwezinyoni. Ungoso yigundwane elincane elinomlomo ocijile elithi lingeqa indlela life. Kumuntu wugebhezi lwekhanda olungaba nendawo yokwakhela futhi izalele ungoso. Lapha kusuke kuxwayiswa ngokuthi kuyophuma isidumbu noma kuyofa ofafayo mhla sahlangana. Lesisaga siwusongo olubi...

Copy

Address

Graytownroad Sthole Farm
Dundee
TRADITIONALHEALER

Telephone

+27768509991

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Makhosi Gadlamashinga Dundee posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Makhosi Gadlamashinga Dundee:

Shortcuts

Share

Nearby health & beauty businesses