23/07/2026
Emakhosini π
angikhumbuli uNkulunkulu ethi isangoma asithandazi, angikhumbuli kuthiwa mawunabantu abadala ekhaya kini sekuwuwe idlozi sekumele bezwe ngawe?! π mawukhethwe ilona idlozi, akuve uthobekile ngoba uyazi awuziphethe wena. zonke izimpi obhekana nazo akusizo ezakho ezabo laba abakuphethe....basuke bazi bona bakufakelani kuzona, baphinde bakukhiphe futhi. engingakusho nje mntanethongo baxolele π« bonke abakonayo, ebese uyendaweni yakho yokukhuleka uthi "Nkosi angilazi icala lami, ngibabeka ezandleni zakho"
angisho ukuth zonke izimpi zidinga umkhuleko, ezinye zidinga okuthize ukuze ubenokuthula π kdw nje uvamise ukuhlala uhlanze inhliziyo yakho.
Emakhosini π
Online R150 /face to face R100 consultations
Calls/ whatApp 0737332723
Kwamashu k section
Gogo Duma πΏ